Ngo '49
Phuzekhemisi
The easy, fast & fun way to learn how to sing: 30DaySinger.com
Singalwa sodwa kanjena yini weh ma-Afrika Yini indaba ngiyabuza weh ma-Afrika Singalwa sodwa kanjena yini weh ma-Afrika Ngiyabuza yini weh ma-Afrika Niyakhumbul'ukuthi abelungu Basishaya le eSandlwana sindawonye Kwakungekho inhlangano lezi nje (Ishi usuthu) (Ishi usuthu) (Ishi usuthu) Awu sinebhadi Awu sinebhadi hayi weh ma-Afrika Nanikuphi na madoda Mhla sishaywa eSandlwana Sishayw'abelungu heyi weh madoda Singalwa sodwa kanjena yini weh ma-Afrika Yini indaba ngiyanibuza weh ma-Afrika (Nanikuphi na madoda) Mhla sishaywa eSandlwana Sishayw'abelungu heyi weh madoda Singalwa sodwa kanjena yini weh ma-Afrika Yini indaba ngiyabuza weh ma-Afrika (Nanikuphi na madoda) Mhla sishaywa eSandlwana Sishayw'abelungu heyi weh madoda Ngo '49 amandiya asishaya sindawonye Kwakungekho inhlangano lezi (Kwathi ngo '49) Sashayiwa amandiya Sithwele kanzima heyi weh ma-Afrika Ngo '49 amandiya asishaya sindawonye Kwakungekho inhlangano lezi (Kwathi ngo '49) Sashayiwa amandiya Sithwele kanzima heyi weh ma-Afrika Ngo '49 amandiya asishaya sindawonye Kwakungekho inhlangano lezi (Kwathi ngo '49) Sashayiwa amandiya Sithwele kanzima heyi weh ma-Afrika (Ishi usuthu) (Ishi usuthu) (Ishi usuthu) Awu sinebhadi (Ishi usuthu) Awu sinebhadi (Ishi usuthu) Awu ibhadi (Ishi usuthu) Ngiyanitshela weh ma-Afrika (Ishi usuthu) (Ishi usuthu) Silwa sodwa kanjena Awu sinebhadi Awu yibhadi weh ma-Afrika Nanikuphi na madoda Mhla sishaywa eSandlwana Sishayw'abelungu heyi weh madoda Sasindawonye Hayi weh madoda kwakungekho inhlangano lezi Nanikuphi na madoda Mhla sishaywa eSandlwana Sishayw'abelungu heyi weh madoda Singalwa sodwa kanjena yini weh ma-Afrika Ngiyabuza yini weh ma-Afrika Nanikuphi na madoda Sibangani (Mhla sishaywa le eSandlwana) Awu sibangani (Sishayw'abelungu heyi weh madoda) Ngo '49, awu ngo '49 Amandiya asishaya kungekho inhlangano lezi Kwathi ngo'49 Sashayw'amaNdiya Sithwele kanzima heyi weh ma-Afrika Ngo '49 Amandiya asishaya Hayi weh madoda kwakungekho inhlangano lezi
Watch: New Singing Lesson Videos Can Make Anyone A Great Singer
Written by: MNYANDU JOHNSON
Lyrics © Warner Chappell Music, Inc.
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind
Citation
Use the citation below to add these lyrics to your bibliography:
Style:MLAChicagoAPA
"Ngo '49 Lyrics." Lyrics.com. STANDS4 LLC, 2024. Web. 7 May 2024. <https://www.lyrics.com/lyric-lf/10508851/Phuzekhemisi/Ngo+%2749>.
Discuss the Ngo '49 Lyrics with the community:
Report Comment
We're doing our best to make sure our content is useful, accurate and safe.
If by any chance you spot an inappropriate comment while navigating through our website please use this form to let us know, and we'll take care of it shortly.
Attachment
You need to be logged in to favorite.
Log In