Vezandlebe
Johnny Clegg
Become A Better Singer In Only 30 Days, With Easy Video Lessons!
Umfowethu uyahlupha - angazi impela ukuthi uqonda ukwenzani (My brother bothers me - I really don't know what he's up to) Umfowethu uyahlupha - ukhuluma izinto engingazazi (My brother bothers me - he speaks of things I have never heard) Umfowethu uyahlupha - wenza sangathi uyangingcokolela (My brother bothers me - it's as if he is trying to put me down Umfowethu uyahlupha - maka yeke ukungikhulumela kabi (My brother bothers me - he should stop talking behind my back) Nakho-ke usetshela abangane bakhe (There! He is telling his friends) Anginguyena owalekhaya, ngiwakwa-next door (That I am an illegitimate child, that I come from next door') Elakwabani? (Whose child is this?) Elakwabani ivezandlebe (Whose is this child with his ears sticking out?) Selicwayisa amehlo livezandlebe (It is blinking its eyes, this child of questionable origins) Umfowethu uyahlupha - sakhula naye saqudelana (My brother bothers me - we grew up together always competing) Umfowethu uyahlupha - ngamehlula njalo noma ngani (My brother bothers me - I always beat him in every way) Umfowethu uyahlupha - umdala kodwa ungathi usemncane (My brother bothers me - he is older than me but he never acts his age) Umfowethu uyahlupha - ngisuphotha ikhaya kodwa yena akanandaba (My brother bothers me - I send money home, but he doesn't care) Nakho-ke usetshela abangane bakhe (There! He is telling is friends) Anginguyena owalekhaya, ngiwakwa-next door (That I am an illegitimate child, that I come from next door') Elakwabani? (Whose child is this?) Elakwabani ivezandlebe (Whose is this child with his ears sticking out?) Selicwayisa amehlo livezandlebe (It is blinking its eyes, this child of questionable origins) Umfowethu uyahlupha - sakhula naye saqudelana (My brother bothers me - we grew up together always competing) Umfowethu uyahlupha - ngamehlula njalo noma ngani (My brother bothers me - I always beat him in every way) Umfowethu uyahlupha - umdala kodwa ungathi usemncane (My brother bothers me - he is older than me but he never acts his age) Umfowethu uyahlupha - ngisuphotha ikhaya kodwa yena akanandaba (My brother bothers me - I send money home, but he doesn't care) Khuzani khuzani (Admonish, admonish) Khuzani, webaba noma (Admonish him, Dad and Mom!) Elakwabani? (Whose child is this?) Elakwabani ivezandlebe (Whose is this child with his ears sticking out?) Selicwayisa amehlo livezandlebe (It is blinking its eyes, this child of questionable origins) Umfowethu uyahlupha - sakhula naye saqudelana (My brother bothers me - we grew up together always competing) Umfowethu uyahlupha - ngamehlula njalo noma ngani (My brother bothers me - I always beat him in every way) Umfowethu uyahlupha - umdala kodwa ungathi usemncane (My brother bothers me - he is older than me but he never acts his age) Umfowethu uyahlupha - ngisuphotha ikhaya kodwa yena akanandaba (My brother bothers me - I send money home, but he doesn't care)
The easy, fast & fun way to learn how to sing: 30DaySinger.com
Written by: JONATHAN PAUL CLEGG
Lyrics © RHYTHM SAFARI PTY LTD, BMG Rights Management, O/B/O CAPASSO
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind
Citation
Use the citation below to add these lyrics to your bibliography:
Style:MLAChicagoAPA
"Vezandlebe Lyrics." Lyrics.com. STANDS4 LLC, 2024. Web. 28 Apr. 2024. <https://www.lyrics.com/lyric-lf/2218361/Johnny+Clegg/Vezandlebe>.
Discuss the Vezandlebe Lyrics with the community:
Report Comment
We're doing our best to make sure our content is useful, accurate and safe.
If by any chance you spot an inappropriate comment while navigating through our website please use this form to let us know, and we'll take care of it shortly.
Attachment
You need to be logged in to favorite.
Log In