Udumo
June-Roses
Become A Better Singer In Only 30 Days, With Easy Video Lessons!
Udumo kuSomandla Udumo kuSomandla Ngomsa wakho kithina Sethembe wena njalo Siphe ukukhanya Esifanele sihlale kuko Mthetheleli onomusa Siyazi uzokwenza konke Yebo sesikubonile loko Siyazi uzokwenza konke Siyazi ukuthi uzophinda futhi usithathe usisuse lapho sisuka khona uyosibeka ekuphakameni Yebo esikucelayo Ngothando osithande ngalo Ngothando osithande ngalo Siyabonga ngothando lwakho Amen Lukhulu lungangolwandle UnguMdali wezulu nomhlaba O! Baba sethembele kuWe Udumo kuSomandla Ngomsa wakho kithina Somandla Siyabonga
The easy, fast & fun way to learn how to sing: 30DaySinger.com
Citation
Use the citation below to add these lyrics to your bibliography:
Style:MLAChicagoAPA
"Udumo Lyrics." Lyrics.com. STANDS4 LLC, 2024. Web. 16 May 2024. <https://www.lyrics.com/lyric-lf/4698445/June-Roses/Udumo>.
Discuss the Udumo Lyrics with the community:
Report Comment
We're doing our best to make sure our content is useful, accurate and safe.
If by any chance you spot an inappropriate comment while navigating through our website please use this form to let us know, and we'll take care of it shortly.
Attachment
You need to be logged in to favorite.
Log In