Mazulu Thandanani
Ladysmith Black Mambazo
The easy, fast & fun way to learn how to sing: 30DaySinger.com
Inkosi mayibe nawe Shenge Lokhu okwenzeka, kwakuqala nqa Sisho lapha kwelakithi e-Afrika Kwabamyama (Kwabamyama nabamhlophe) Sibonga amazwi akho amahle Owawa khuluma kwelaphesheya Noma ukhalo (luse ludhe) Lapho siyakhona Kodwa inhlansi isiyabonakala Bongani nonke (Makabongwe uMvelinqangi) Mazulu thandanani, hayi ukuxoki, hayi isikhwele Mazulu thandanani (hayi ukuxoki) Mazulu thandanani (hayi isikhwele) Mazulu thandanani (Musan’ ukuhlebana ngalapha nangalapha) Wang’hleka mina (We nsizwa) Wang’hleka (We ntombi) Wang’hleka mina nje Abanye bahleka, bahleka wena Uhleka mina nje (ha ha ha ha) Uhleka mina nje Abanye bahleka, bahleka wena Uhleka mina nje (ha ha ha ha) Uhleka mina nje (Wang’hleka wena) Ungaboy’ hlek’ intandane Uhleka mina nje Uhleka mina nje Ungaboy’ hlek’ intandane Uhleka mina nje (K’sasa kungawe) Uhleka mina nje Abanye bahleka, bahleka wena Uhleka mina nje (O, abanye bahlek’) Uhleka mina nje (O, abanye bahlek’) Abanye bahleka, bahleka wena Uhleka mina nje (ha ha ha ha) Uhleka mina nje Abanye bahleka, bahleka wena Uhleka mina nje (ha ha ha ha) Uhleka mina nje Ungaboy’ hlek’ intandane Uhleka mina nje (Wang’hleka wena, bo) Uhleka mina nje Ungaboy’ hlek’ intandane Uhleka mina nje (K’sasa kungawe) Uhleka mina nje Abanye bahleka, bahleka wena Uhleka mina nje (O, abanye bahlek’) Uhleka mina nje (We, k’dhala bebahlek’) Abanye bahleka, bahleka wena Uhleka mina nje (ha ha ha ha) Uhleka mina nje O, abanye bahleka, bahleka wena Uhleka mina nje (ha ha ha ha) Hayi (he) Khanyisa Nkos’ (Khanyisa Nkosi kwelakith’ emnambithi)
The easy, fast & fun way to learn how to sing: 30DaySinger.com
Written by: Joseph Shabalala
Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC, Warner Chappell Music, Inc.
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind
Citation
Use the citation below to add these lyrics to your bibliography:
Style:MLAChicagoAPA
"Mazulu Thandanani Lyrics." Lyrics.com. STANDS4 LLC, 2024. Web. 30 Apr. 2024. <https://www.lyrics.com/lyric-lf/7850803/Ladysmith+Black+Mambazo/Mazulu+Thandanani>.
Discuss the Mazulu Thandanani Lyrics with the community:
Report Comment
We're doing our best to make sure our content is useful, accurate and safe.
If by any chance you spot an inappropriate comment while navigating through our website please use this form to let us know, and we'll take care of it shortly.
Attachment
You need to be logged in to favorite.
Log In