Inkinga Ngu R7
Bhekumuzi Luthuli
Become A Better Singer In Only 30 Days, With Easy Video Lessons!
Heh wena Maqwe! Kati laseRank uyaphapha Heh wena Maqwe! Heh wena Maqwe! Kati laseRank uyaphapha Awuthule Maqwe! Kukhona mina lana Ngizokuhlekisa ngabantu uma ngithanda Uyohlekwa nayizinyoni Wazenz'inkathazo imali yesishebo kimi Uzenz'inkinga uR7 ngiyolala ngidleni na Uzenz'inkathazo imali yesishebo kimi Uhlatywa yini wena uma ngizenzel'into yami Ngayiphiwa lento yeyami Uhlatywa yini wena uma ngizenzel'into yami Yeyam lento ngayinikwa Bonk'abantu bazalwa befumbeth'izipho zapho Abakini kanti bakupha ni wena Mina yeyami lento ngayiphiwa Usuka le uzophapha la? Uzohala la Usuka kini uzophapha la Ngayisusa yabuyel'impukane ekudleni kwami Uyangizwa na? Ngayisusa yabuyel'impukane ekudleni kwami Uyangizwa na? Nant'ibhadi lami, nant'ishwa lami ma Ngayisusa yabuyel'impukane ekudleni kwami Uyangizwa na? Nant'ibhadi lami, nant'shwa lami weh ma Ngayisusa yabuyel'impukane ekudleni kwami Uyangizwa na? Heh wena Maqwe! Kati laseRank uyaphapha Heh wena Maqwe! Heh wena maqwe! Kati laseRank uyaphapha Awuthule Maqwe! Kukhona mina lana Ngizokuhlekisa ngabantu uma ngithanda Uyohlekwa nayizinyoni Wazenz'inkathazo imali yesishebo kimi Uzenz'inkinga uR7 ngiyolala ngidleni na Uzenz'inkathazo imali yesishebo kimi Uhlatywa yini wena uma ngizenzel'into yami Ngayiphiwa lento yeyami Uhlatywa yini wena uma ngizenzel'into yami Yeyam lento ngayinikwa Bonk'abantu bazalwa befumbeth'izipho zapho
Watch: New Singing Lesson Videos Can Make Anyone A Great Singer
Written by: BHEKUMUZI AGRIPPA LUTHULI
Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC
Lyrics Licensed & Provided by LyricFind
Citation
Use the citation below to add these lyrics to your bibliography:
Style:MLAChicagoAPA
"Inkinga Ngu R7 Lyrics." Lyrics.com. STANDS4 LLC, 2024. Web. 28 May 2024. <https://www.lyrics.com/lyric-lf/8564289/Bhekumuzi+Luthuli/Inkinga+Ngu+R7>.
Discuss the Inkinga Ngu R7 Lyrics with the community:
Report Comment
We're doing our best to make sure our content is useful, accurate and safe.
If by any chance you spot an inappropriate comment while navigating through our website please use this form to let us know, and we'll take care of it shortly.
Attachment
You need to be logged in to favorite.
Log In